>> Download the latest Awareness Publishing Book Catalogue


Uchungechunge lokufundisa ngengculazi lwase-Afrika
Set of 8 books 24 pp each [Series ISBN 1-919910-56-5]

| Yini isandulela-ngculazi i-HIV kanye nengculazi i-AIDS?Ingculazi e-Afrika | Izingane nengculazi | Sinakekeleni futhi nisamukele |
| Amalungelo nengculazi | Masakhane | Ukuphila nengculazi | Amaqiniso mayelana nengculazi |

Afrikaans | English | Isindebele | Isixhosa | Isizulu | Sepedi | Setswana | Tshivenda | Xitsonga


Yini isandulela-ngculazi i-HIV kanye nengculazi i-AIDS?

Ihlinzeka izingane ngolwazi mayelana negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, ukuthi liyibangela kanjani ingculazi, ukuthi ibhebhetheka kanjani nokuthi ungayigwema kanjani.

Cecile Mather

Click to view sample pages

Order this series now >>

Okuphakathi

  • Isifo esibizwa ngokuthi yingculazi (i-AIDS)
  • Yini ebangela ingculazi?
  • Iyini i-AIDS, ingculazi?
  • Isandulela-ngculazi i-HIV nezinye izifo
  • Sibhebhetheka kanjani isandulela-ngculazi i-HIV?
  • Ucansi nesandulela-ngculazi i-HIV
  • Imijovo nesandulela-ngculazi i-HIV
  • Isandulela-ngculazi i-HIV nokusoka
  • Ukuzigcina uphephile
  • Wena nesandulela-ngculazi i-HIV

Ingculazi e-Afrika

Ihlinzeka izingane ngolwazi mayelana nokuhlolelwa igciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, ukuthi ingculazi iyithinta kanjani i-Afrika, nokuthi ungabhekana kanjani nesehlakalo sengculazi emndenini wakho.

Cecile Mather

Click to view sample pages

Order this series now >>

Okuphakathi

  • Ingculazi e-Afrika
  • Ucwaningo lwesandulela-ngculazi i-HIV
  • Ukuphila nesandulela-ngculazi i-HIV, nengculazi
  • Ingculazi nokudla
  • Izintandane zengculazi
  • Imindeni nengculazi
  • Ukukhuluma nabantu okuyibonabona
  • Ukuba nolwazi ngengculazi
  • Likhona yini ikhambi lokwelapha isandulela-ngculazi i-HIV nengculazi?
  • Ikhona yini imithi yokwelapha isandulela-ngculazi i-HIV nengculazi?

Izingane nengculazi

Lichaza ukuthi izingane zithinteka kanjani zithintwa yigciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, ukuthi umuntu uyithola kanjani nokuthi kumele uziphathe kanjani uma unothile onayo.

Cecile Mather

Click to view sample pages

Order this series now >>

Okuphakathi

  • Izingane nengculazi
  • Izinsana nengculazi
  • Udaba lwengane ethile
  • Izingane njengamaqhawe engculazi
  • Izingane zikhuluma ngokusobala ngengculazi
  • Ingculazi namaqiniso
  • Ingculazi nesikole
  • Yini abantwana abakhathazeka ngayo?
  • Izinhlangano ezinceda izingane ezinengculazi
  • Yini ongakwenza?

Sinakekeleni futhi nisamukele

Lixoxa indaba ngempilo yengane engumAfrika eyazalwa inegciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, izinkinga eyaba nazo izama ukuya esikoleni, nokuthi igciwane lathuthuka kanjani laze laba yingculazi.

Nkosi Johnson

Click to view sample pages

Order this series now >>

Okuphakathi

  • Isishoshovu sengculazi
  • Ukuzalwa nengculazi
  • Umama wami owangithola wase uyangamukela
  • Ukwazi ngengculazi
  • Ukuya esikoleni
  • Akekho noyedwa owabe azi ngengculazi
  • Umama wami uDaphne
  • Ngiyakuzonda ukuba nengculazi
  • Indawo yokukhosela kaNkosi
  • Tshela abantu ngengculazi

Amalungelo nengculazi

Likhuluma ngamalungelo angokomthetho-sisekelo ezingane ngolwazi, ngokuvikelwa nangendawo yokuhlala ephephile, kanye nangamalungelo angokomthetho-sisekelo abantu abaphila negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, noma abaphila nengculazi.

Cecile Mather

Click to view sample pages

Order this series now >>

Okuphakathi

  • Amalungelo nengculazi
  • Ilungelo lokuthola ulwazi
  • Ilungelo lokungena esikoleni
  • Ilungelo lokuthola ukunakekelwa ngemithi
  • Ilungelo lemithi
  • Ilungelo lokusebenza
  • Ilungelo lokuvikelwa
  • Ilungelo lendawo ephephile
  • Izishoshovu zengculazi
  • Ukwenza okuyikho!

Masakhane

Lihlinzeka izingane ngolwazi lwalokho abantu abakwenzayo mayelana negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, nangengculazi; nangalokho abangakwenza ukuzivikela bona ngokwabo, nokuyivimbela ekubhebhethekeni.

Cecile Mather

Click to view sample pages

Order this series now >>

Okuphakathi

  • Ukusebenzisana ndawonye ukuvimbela ingculazi
  • Ukukhombisa ukwesekela
  • Imidwebo exwayisa nengculazi 
  • Izindwangu ezithungelwe ndawonye zesikhumbuzo
  • Ukukhuluma ngesandulela-ngculazi i-HIV kanye nangengculazi
  • Ukufundisa iqiniso
  • Nikela ngokwenza okuthile
  • Ososayensi bathungatha izimpendulo
  • Ukuqhubela phambili ukuqonda ngengculazi
  • Ukuzivikela ngumuthi ongcono kunayo yonke

Ukuphila nengculazi

Lihlinzeka izingane ngolwazi mayelana negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, okuyisandulela-ngculazi, ukuthi kwenzekani ngenkathi umuntu ethola isandulela-ngculazi i-HIV nokuthi umuntu angabhekana kanjani nalo.

Cecile Mather

Click to view sample pages

Order this series now >>

Okuphakathi

  • Impilo nengculazi
  • Yavela kuphi ingculazi?
  • Kwenzekani uma umuntu enesandulela-
    ngculazi i-HIV?
  • Umuntu angaba nesandulela-ngculazi i-HIV 
    ngaphandle kokuba nengculazi?
  • Wazi kanjani othile ukuthi unesandulela-ngculazi i-HIV?
  • Ukwamukela isandulela-ngculazi i-HIV
  • Ukuhlala uphilile nesandulela-ngculazi i-HIV
  • UThemba noLindy
  • Ukuphila ukhululekile nesandulela-ngculazi i-HIV
  • Ukuphila nethemba

Amaqiniso mayelana nengculazi

Likhuluma ngezinganekwane ezinhlobonhlobo mayelana negciwane elibizwa ngokuthi yi-HIV, 
okuyisandulela-ngculazi, nangengculazi, futhi linikeza isiqinisekiso ngamaqiniso okuthi nanoma ngubani angalithola leli gciwane. Lichaza ukuthi isandulela-ngculazi I-HIV sibhebhetheka kanjani kanye nokuthi ungazivikela kanjani.

Cecile Mather

Click to view sample pages

Order this series now >>

Okuphakathi

  • Izindaba ezingewona amaqiniso ngengculazi
  • Isandulela-ngculazi i-HIV sandiswa ikakhulu amanzana avela uma nisocansini futhi nangegazi
  • Isandulela-ngculazi i-HIV angeke sadlulela ngale kwesikhumba esingaqhekekanga
  • Noma ngubani angayithola ingculazi
  • Ingculazi iyisifo nje
  • Ungeke umbone ngamehlo umuntu 
    onesandulela-ngculazi i-HIV
  • Abantu abatholi isandulela-ngculazi ngoba bengabantu ababi
  • Ingculazi ayibangelwa ubuthakathi
  • Imijovo ayiyandisi ingculazi
  • Ungazivikela kwisandulela-ngculazi i-HIV
 

Copyright Awareness Publishing. All rights reserved.